Agasti 1-7
1 AMAKHOSI 1-2
Ingoma 98 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ingabe Uyafunda Emaphutheni Akho?”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Kh 2:37, 41-46—Yini esingayifunda ephutheni likaShimeyi? (w05 7/1 30 ¶1)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kh 1:28-40 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mshiyele ikhadi lemininingwane yokungena ku-jw.org. (th isifundo 11)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ngemva kwalokho, yethula ividiyo ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso? (kodwa ungayidlali) bese ummemela emihlangwaneni yethu. (th isifundo 20)
Inkulumo: (5 imiz.) km 1/15 2 ¶1-3—Isihloko: Funda Kulabo Abangomakadebona Enkonzweni. (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Zibekele Imigomo Yonyaka Omusha Wenkonzo—Faka Isicelo Sokuya Esikoleni Sabashumayeli Bevangeli LoMbuso”: (7 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ngokholo, Ngena Ngomyango Okuvulekele Oholelela Emsebenzini—Faka Isicelo Sokuya Esikoleni Sabashumayeli Bevangeli LoMbuso.
“Zibekele Imigomo Yonyaka Omusha Wenkonzo—Siza Emisebenzini Yokwakha Izakhiwo Zenhlangano”: (8 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ngokholo, Ngena Ngomnyango Okuvulekele Oholela Emsebenzini—Siza Emisebenzini Yokwakha Izakhiwo EzingokwaseZulwini.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 14
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 24 Nomthandazo