AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Umthandazo KaSolomoni Osuka Enhliziyweni Awenza Obala Ngokuthobeka
Lapho kunikezelwa ithempeli uSolomoni wathandaza ngokusuka enhliziyweni phambi kwabantu (1Kh 8:22; w09 11/15 9 ¶9-10)
USolomoni akazange azidumise yena, wadumisa uJehova (1Kh 8:23, 24)
USolomoni wathandaza ngomoya othobekile (1Kh 8:27; w99 1/15 17 ¶7-8)
USolomoni uyisibonelo esihle, ikakhulukazi kulabo ababelwe ukuthandaza. Kufanele sigxile ekutheni uJehova uyizwa kanjani imithandazo yethu kunokuthi abantu basizwa kanjani.