Agasti 8-14
1 AMAKHOSI 3-4
Ingoma 88 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukubaluleka Kokuhlakanipha”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Kh 4:20—Isho ukuthini inkulumo ethi “babebaningi, bengangezihlabathi zolwandle”? (w98 2/1 11 ¶15)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kh 3:1-14 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mchazele umninikhaya ngesifundo seBhayibheli bese umnikeza ikhadi elinemininingwane yesifundo samahhala seBhayibheli. (th isifundo 1)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese wethula ividiyo ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? (kodwa ungayidlali) (th isifundo 3)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 06 iphuzu 4 (th isifundo 12)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (10 imiz.)
Zibekele Imigomo Yonyaka Omusha Wenkonzo—Yiba Nesandla Esivulekile: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ngokholo, Ngena Emnyango Okuvulekele Oholela Emsebenzini—‘Bekela Eceleni Okuthile’ Ukuze Wenze Umsebenzi KaJehova. Ngemva kwalokho, buza izilaleli: Kungaziphi izindlela le ndoda nomkayo bapha ngesandla esivulekile?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 15 nombhalo osekugcineni 2
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 14 Nomthandazo