Julayi 11-17
2 SAMUWELI 20-21
Ingoma 62 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova UnguNkulunkulu Wobulungisa”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Sa 21:15-17—Yiziphi izifundo esizithola kule ndaba? (w13 1/15 31 ¶14)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Sa 20:1-13 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: Injongo KaNkulunkulu—Isay 55:11. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mchazele ngesifundo seBhayibheli bese umnikeza ikhadi elinemininingwane yesifundo samahhala seBhayibheli. (th isifundo 4)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese umbonisa ukuthi siqhutshwa kanjani isifundo seBhayibheli. (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Zibekele Imigomo Yonyaka Omusha Wenkonzo—Ukuthuthela Endaweni Enesidingo Esikhulu Sabamemezeli”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ngokholo, Ngena Ngomnyango Okuvulekele Oholela Emsebenzini—Thuthela Endaweni Enesidingo Esikhulu Sabamemezeli.
“Indlela Yokusebenzisa Ingxenye Ethi Ongase Uxoxe Ngakho”: (5 imiz.) Le nkulumo izokwenziwa umbonisi WoMhlangano Wokuphila Nenkonzo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 12
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 3 Nomthandazo