Julayi 18-24
2 SAMUWELI 22
Ingoma 4 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Thembela KuJehova Ukuze Akusize”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Sa 22:36—Isibonelo sikaJehova sokuthobeka samenza kanjani uDavide waba mkhulu? (w12 11/15 17 ¶7)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Sa 22:33-51 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa isihloko esisengxenyeni ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 1)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese wethula ividiyo ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? (kodwa ungayidlali) (th isifundo 3)
Inkulumo: (5 imiz.) w06 8/15 21 ¶7-8—Isihloko: Ingabe Usathane Ngempela Obangela Zonke Izinsizi? (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Jabula Ngezenzo ZikaJehova Zensindiso: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Bese ubuza izilaleli le mibuzo: UJehova wawusiza kanjani umndeni woMfoweth’ uGaneshalingam phakathi nesikhathi sezimpi eSri Lanka? Le ndaba iluqinisa kanjani ukholo lwakho?
Izidingo Zebandla: (10 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff Okufunde Engxenyeni 1
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 60 Nomthandazo