Julayi 25-31
2 SAMUWELI 23-24
Ingoma 76 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ingabe Ukupha Kwakho Kuwumhlatshelo?”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Sa 23:15-17—Kungani uDavide enqaba ukuphuza amanzi? (w05 5/15 19 ¶6)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Sa 23:1-12 (th isifundo 11)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ingxoxo usebenzisa isembozo esingemuva sencwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! Hlela ukubuyela futhi ukuze uphendule umbuzo wesihloko osesifundweni 01. (th isifundo 9)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Buyela kumuntu owamukele incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese umbonisa ukuthi siqhutshwa kanjani isifundo seBhayibheli. (th isifundo 3)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 05 ukubuyekeza, ufundeni nomgomo (th isifundo 19)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yenza Umhlatshelo Ngomoya Wokuzithandela (Hu. 54:6): (9 imiz.) Dlala le vidiyo.
Yiba Umngane KaJehova—Ukuzidela: (6 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Bese ubuza izingane ezimbalwa ozikhethile le mibuzo: USmangele noKhwezi bazidela kanjani? Isibonelo sikaJesu samsiza kanjani uKhwezi? Yikuphi ukuzidela okwenzile ngenxa kaJehova nabanye?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 13 nemibhalo esekugcineni 1
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 32 Nomthandazo