Agasti 21-27
NEHEMIYA 10-11
Ingoma 37 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Bazidela Ngenxa KaJehova”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Neh 10:34—Kungani abantu kwakufanele balethe izinkuni? (w06 2/1 11 ¶1)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Neh 10:28-39 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mmemele emhlanganweni bese wethula ividiyo ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso? (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo. (th isifundo 1)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese nikhuluma kafushane ngesihloko esithi, “Indlela Ongazuza Ngayo Ngokugcwele Kulezi Zifundo ZeBhayibheli.” (th isifundo 4)
Inkulumo: (5 imiz.) w11 2/15 15-16 ¶12-15—Isihloko: Imihlatshelo Eyamukelwa UNkulunkulu. (th isifundo 20)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Yimiphi Imigomo Yonyaka Omusha Wenkonzo Ozibekele Yona?”: (10 imiz.) Ingxoxo.
“Umkhankaso Okhethekile KaSepthemba Wokumemezela UMbuso KaNkulunkulu!”: (5 imiz.) Le nkulumo izokwenziwa umbonisi wenkonzo. Khuthaza izilaleli ukuba zibe nentshiseko ngalo mkhankaso bese ukhuluma ngezinhlelo zensimu yebandla.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 55, amaphuzu 1-4
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 92 Nomthandazo