Agasti 28–Septhemba 3
NEHEMIYA 12-13
Ingoma 34 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Yiba Qotho KuJehova Lapho Ukhetha Abangani”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Neh 13:10—Njengoba abaculi basethempelini babengamaLevi, kungani babizwa ngamagama? (it-2-E 452 ¶9)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Neh 12:27-39 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mchazele ngewebhusayithi yethu bese umshiyela ikhadi lemininingwane ye-jw.org. (th isifundo 16)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mchazele ngesifundo seBhayibheli bese umnikeza nekhadi elinemininingwane yesifundo seBhayibheli. (th isifundo 3)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 11, ukubuyekeza, ufundeni nomgomo (th isifundo 20)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
“Lingisa Uthando LukaJehova Oluqotho”: (10 imiz.) Ingxoxo nevidiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 55, iphuzu 5, ukubuyekeza, ufundeni nomgomo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 84 Nomthandazo