July 10-16
EZRA 7-8
Ingoma 82 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Indlela U-Ezra Aziphatha Ngayo Yamdumisa UJehova”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Ezr 8:1—Kungani amaJuda amaningi eBhabhiloni ayenqikaza ukuya eJerusalema? (w06 1/15 19 ¶9)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Ezr 8:21-36 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: Ukuhlupheka—1Jo 5:19. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kuvidiyo.
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula futhi nixoxe ngevidiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? (kodwa ungayidlali) (th isifundo 4)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese umbonisa ukuthi siqhutshwa kanjani isifundo seBhayibheli. (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (15 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 50, iphuzu 1-5 nevidiyo ethi Vikela Izingane Zakho esebhokisini elithi “Ingabe Bewazi?”
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 134 Nomthandazo