Julayi 24-30
NEHEMIYA 1-2
Ingoma 47 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ngaso Leso Sikhathi Ngathandaza”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Neh 2:4—Ingabe uNehemiya wayeqala yini ukuthandaza ngale ndaba futhi lokhu kusifundisani? (w86 2/15 25)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Neh 2:11-20 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mchazele ngewebhusayithi yethu bese umnikeza ikhadi lemininingwane ye-jw.org. (th isifundo 16)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 3)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 11 isethulo sengxenye ethi Funda Okwengeziwe nephuzu 4 (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yiba Umngane KaJehova—UJehova Uyayiphendula Yini Imithandazo?: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Yibe usubuza izilaleli lo mbuzo: Le vidiyo isifundisani ngomthandazo?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 51
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 102 Nomthandazo