Julayi 31–Agasti 6
NEHEMIYA 3-4
Ingoma 143 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ingabe Uwubona Ungakufanele Umsebenzi Okhandlayo?”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Neh 4:17, 18—Umuntu angalwakha kanjani udonga esebenza ngesandla esisodwa? (w06 2/1 9 ¶1)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Neh 3:15-24 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Xoxani ngesembozo esingemuva sencwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese ucela ukufunda naye iBhayibheli. (th isifundo 12)
Inkulumo: (5 imiz.) km 11/12 1—Isihloko: Bona Okuhle Ngomsebenzi Wakho Onzima. (th isifundo 10)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ukusebenza NoFakazi BakaJehova: (8 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Bese ubuza izilaleli: Le vidiyo isifundisani ngendlela ukuziphatha kwethu okunganikeza ngayo ubufakazi?
Izidingo Zebandla: (7 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 52
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 29 Nomthandazo