INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
Ingabe Uwubona Ungakufanele Umsebenzi Okhandlayo?
Umpristi ophakeme nabafowabo abazange bazibone bebaluleke kakhulu ukuba bangasiza ekwakheni kabusha izindonga zeJerusalema (Neh 3:1)
Amanye amadoda avelele enqaba ‘ukuzithoba’ ukuze asize emsebenzini wokuvuselela izindonga (Neh 3:5; w06 2/1 10 ¶3)
Abesifazane abesaba uNkulunkulu, ngokuzimisela basebenza kanzima akuze basize kulo msebenzi onzima noyingozi (Neh 3:12; w19.10 23 ¶11)
Imisebenzi eminingi okumele yenziwe ebandleni ihlanganisa imisebenzi ekhandlayo noma imisebenzi ebhekwa njengephansi futhi engase ingaqashelwa abanye.—w04 8/1 18 ¶16.
ZIBUZE, ‘Ngizizwa kanjani ngokwenza imisebenzi enjengaleyo ukuze ngisekele izindaba ezinhle?’—1Ko 9:23.