Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Julayi 3-9

EZRA 4-6

Julayi 3-9

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Ningawuphazamisi Umsebenzi”: (10 imiz.)

  • Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)

    • Ezr 6:13—Kungani ibalulekile inkulumo ethi “ngaPhesheya Komfula?” (w93 6/15 32 ¶3-5)

    • Imaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Ezr 4:8-24 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: Ukuhlupheka—Jak 1:13. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kuvidiyo.

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mazise ngewebhusayithi yethu bese umnikeza ikhadi lemininingwane ye-jw.org. (th isifundo 1)

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mazise ngohlelo lwesifundo seBhayibheli umnikeze nekhadi elinemininingwane yesifundo seBhayibheli. (th isifundo 9)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU