Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

“Ningawuphazamisi Umsebenzi”

“Ningawuphazamisi Umsebenzi”

UMpristi Omkhulu uJeshuwa (okunguJoshuwa) noNdunankulu uZerubhabhele bahola emsebenzini wokwakha kabusha ithempeli owawuvinjelwe (Ezr 5:1, 2; w22.03 18 ¶13)

Lapho abaphikisi bebuza ukuthi ubani ogunyaze umsebenzi wokwakha, amaJuda abatshela ukuthi umyalo ovela kuKoresi (Ezr 5:3, 17; w86 2/1 29, ibhokisi ¶2-3)

Inkosi yavuma ukuthi lowo myalo uvela kuyo, yayala abaphikisi ukuba bangawuphazamisi umsebenzi (Ezr 6:7, 8; w22.03 15 ¶7)

ONGAZINDLA NGAKHO: Le ndaba eseBhayibhelini isisiza kanjani ukuba silandele isiqondiso esivela kulabo ababekwe uJehova ukuba bahole nakuba singasiqondi ngokugcwele?—w22.03 19 ¶16.