Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

August 19-25

IHUBO 75-77

August 19-25

Ingoma 120 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

1. Ungaqhoshi—Kungani?

(10 imiz.)

Abantu abaqhoshayo abamjabulisi uNkulunkulu (Hu 75:4; 1Ti 3:6; w18.01 28 ¶4-5)

Noma yiliphi ilungelo noma isabelo esisithola ebandleni sisuke siyisipho esivela kuJehova, asisitholi ngenxa yamakhono ethu (Hu 75:​5-7; w06 7/15 11 ¶2)

UJehova uzobathobisa abantu abaqhoshayo, njengababusi bezwe abazikhukhumezayo (Hu 76:12)

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • Hu 76:10—“Intukuthelo yomuntu” ingamdumisa kanjani uJehova? (w06 7/15 11 ¶3)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Ukuqala Ingxoxo

(3 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Hlanganisa nevidiyo eku-jw.org ngolimi oluthandwa umuntu okhuluma naye. (lmd isifundo 1 iphuzu 4)

5. Ukuqala Ingxoxo

(4 imiz.) ENDLINI NGENDLU. Lapho umuntu ethi akakholelwa kuNkulunkulu, vumelana nezimo futhi ushintshe obuzokusho. (lmd isifundo 2 iphuzu 5)

6. Ukwenza Abafundi

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 127

7. Yiba Qotho Lapho Unconywa

(7 imiz.) Ingxoxo.

Dlala IVIDIYO ethi Yiba Qotho NjengoJesu—Lapho Unconywa. Ngemva kwalokho, buza izilaleli:

  • Yiziphi izifundo ozifunda endleleni ebonisa ukuthobeka uSergei aphendula ngayo lapho enconywa?

8. Umkhankaso Okhethekile Wokuqala Izifundo ZeBhayibheli NgoSepthemba Sisebenzisa Incwadi Ethi Phila Kuze Kube Phakade!

(8 imiz.) Inkulumo enikezwa umbonisi wenkonzo. Yenza abamemezeli bawulangazelele lo mkhankaso bese uchaza izinhlelo zebandla.

9. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 95 Nomthandazo