Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Julayi 1-7

IHUBO 57-59

Julayi 1-7

Ingoma 148 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

INkosi uSawule namadoda akanye nawo ngemva kokuhluleka ukubamba uDavide

1. UJehova Uyawabhuntshisa Amacebo Alabo Abaphikisa Abantu Bakhe

(10 imiz.)

UDavide waphoqeka ukuba acashele iNkosi uSawule (1Sa 24:3; Hu 57, umbhalo ongenhla)

UJehova wayibhuntshisa imizamo yabaphikisi bakaDavide (1Sa 24:​7-10, 17-22; Hu 57:3)

Imizamo yabaphikisi ivame ukuba nemiphumela ephambene nalokho abasuke bekufisa (Hu 57:6; bt 220-221 ¶14-15)

ZIBUZE, ‘Ngingabonisa kanjani ukuthi ngithembele kuJehova lapho ngiphikiswa?’—Hu 57:2.

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • Hu 57:7—Kusho ukuthini ukuba nenhliziyo egxilile? (w23.07 18-19 ¶16-17)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Phikelela—Lokho UPawulu Akwenza

(7 imiz.) Ingxoxo. Dlala IVIDIYO, bese nixoxa ngencwajana ethi Thanda Abantu isifundo 7 amaphuzu 1-2.

5. Phikelela—Lingisa UPawulu

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 65

6. Izidingo Zebandla

(15 imiz.)

7. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 78 Nomthandazo