Julayi 22-28
IHUBO 66-68
Ingoma 7 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)
1. UJehova Usithwalela Umthwalo Nsuku Zonke
(10 imiz.)
UJehova uyayilalela imithandazo yethu futhi ayiphendule (Hu 66:19; w23.05 12 ¶15)
UJehova uyazibona izidingo zabangenabani (Hu 68:5; w10 12/1 23 ¶6; w09 4/1 31 ¶1)
UJehova uyasisiza zonke izinsuku (Hu 68:19; w23.01 19 ¶17)
ONGAZINDLA NGAKHO: Simvumela kanjani uJehova ukuba asithwalele umthwalo?
2. Amagugu Angokomoya
(10 imiz.)
-
Hu 68:18—Kwa-Israyeli wasendulo, obani ‘ababeyizipho ezingabantu’? (w06 6/1 10 ¶5)
-
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
3. Ukufundwa KweBhayibheli
(4 imiz.) Hu 66:1-20 (th isifundo 11)
4. Ukuqala Ingxoxo
(3 imiz.) ENDLINI NGENDLU. Isizinda somninikhaya sihlukile kwesakho. (lmd isifundo 5 iphuzu 3)
5. Ukubuyela Koxoxe Naye
(4 imiz.) ENDLINI NGENDLU. Qhubeka uxoxe ngepheshana olishiye ngesonto eledlule. (lmd isifundo 9 iphuzu 3)
6. Ukwenza Abafundi
Ingoma 102
7. Ungawenza Yini Ube Lula Umthwalo Womunye Umuntu?
(15 imiz.) Ingxoxo.
Azikho izinceku zikaNkulunkulu okufanele zibhekane nezinselele zokuphila zizodwa. (2Kr 20:15; Hu 127:1) Sinaye uMsizi, nguJehova. (Isay 41:10) Yiziphi ezinye zezindlela asisiza ngazo? Uyasiqondisa ngeZwi lakhe nangenhlangano yakhe. (Isay 48:17) Usinikeza umoya wakhe ongcwele onamandla. (Luk 11:13) Uphinde asebenzise abafowethu nodadewethu ukuba basikhuthaze, basinikeze nosizo olungokoqobo. (2Ko 7:6) Lokhu kusho ukuthi uJehova angasebenzisa noma ubani ukuze awenze lula umthwalo womunye umKristu.
Dlala IVIDIYO ethi Bonisa Uthando Olungapheli Ebandleni—Kwasebekhulile. Ngemva kwalokho, buza izilaleli:
-
Yini ongayenza ukuze uwenze ube lula umthwalo womKristu osekhulile?
Dlala IVIDIYO ethi Bonisa Uthando Olungapheli Ebandleni—Ezikhonzini Zesikhathi Esigcwele. Ngemva kwalokho, buza izilaleli:
-
Yini ongayenza ukuze uwenze ube lula umthwalo wesikhonzi sesikhathi esigcwele?
Dlala IVIDIYO ethi Bonisa Uthando Olungapheli Ebandleni—Kubahlali Abavela Kwamanye Amazwe. Ngemva kwalokho, buza izilaleli:
-
Yini ongayenza ukuze uwenze ube lula umthwalo walabo ababhekene novivinyo olunzima?
8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla
(30 imiz.) bt isahl. 13 ¶1-7, isethulo sengxenye 5 nebhokisi ek. 103