Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Julayi 8-14

IHUBO 60-62

Julayi 8-14

Ingoma 2 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

1. UJehova Usenza Silondeke, Asivikele Futhi Asiqinise

(10 imiz.)

UJehova unjengombhoshongo onamandla (Hu 61:3; it-2-E 1118 ¶7)

UJehova usivumela ukuba sibe yizimenywa etendeni lakhe (Hu 61:4; it-2-E 1084 ¶8)

UJehova unjengedwala (Hu 62:2; w02 4/15 16 ¶14)


ZIBUZE, ‘Ukuphila kwami kungcono kanjani njengoba ngazi uJehova futhi ngithembele kuye?’

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • Hu 62:11—Kungani kuthiwa “amandla angakaNkulunkulu”? (w06 6/1 11 ¶6)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Ukuqala Ingxoxo

(3 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Qala ingxoxo nothile ngemva kokuba ekubonise umusa. (lmd isifundo 2 iphuzu 3)

5. Ukubuyela Koxoxe Naye

(4 imiz.) ENDLINI NGENDLU. Xoxela umuntu nge-JW Library® app, bese umbonisa ukuthi angayidawuniloda kanjani. (lmd isifundo 7 iphuzu 4)

6. Inkulumo

(5 imiz.) w22.02 4-5 ¶7-10—Isihloko: Themba UJehova Lapho Uthola Isiqondiso. (th isifundo 20)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 12

7. Akukho “Okungasihlukanisa Nothando LukaNkulunkulu”

(10 imiz.) Ingxoxo.

Dlala IVIDIYO. Ngemva kwalokho, buza izilaleli:

  • UJehova wamsiza ngaziphi izindlela uMfoweth’ uNyirenda ngesikhathi eshushiswa?

8. Yiba Umngani KaJehova—Ongakwenza Ukuze Ubhapathizwe

(5 imiz.) Ingxoxo. Dlala IVIDIYO. Ngemva kwalokho, uma kungenzeka, cela izingane ezithile ukuba zize phambili uzibuze le mibuzo: Lapho ubhapathizwa, yini ebaluleke kakhulu kuneminyaka yakho? Yiziphi izinto ongazenza ukuze ubhapathizwe?

9. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 63 Nomthandazo