July 11-17
AMAHUBO 69-73
INgoma 92 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Abantu BakaJehova Bashisekela Ukukhulekela Kweqiniso”: (10 imiz.)
IHu 69:9—Ukushisekela kwethu ukukhulekela kweqiniso kufanele kube sobala (w10 12/15 7-11 ¶2-17)
IHu 71:17, 18—Asebekhulile bangasiza abasebasha ukuba bashiseke (w14 1/15 23-24 ¶4-10)
IHu 72:3, 12, 14, 16-19—Intshiseko yethu isishukumisela ukuba sitshele abanye ngalokho uMbuso ozokwenzela isintu (w15 10/1 16 ¶3; w10 8/15 32 ¶19-20)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IHu 69:4, 21—La mavesi ayisiprofetho asebenza kanjani kuMesiya? (w11 8/15 11 ¶17; w11 8/15 15 ¶15)
IHu 73:24—UJehova uziholela kanjani izinceku zakhe enkazimulweni? (w13 2/15 25-26 ¶3-4)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 73:1-28
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) wp16.4 isembozo—Beka isisekelo sempindelo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) wp16.4 isembozo
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) fg isifundo 5 ¶3-4
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ungakuzama Yini Unyaka Owodwa?”: (15 imiz.) Qala ngengxoxo emfushane yalesi sihloko nesithi “Izimiso Zamaphayona Avamile.” Yibe usudlala futhi nixoxe nge-video ekuyi-JW Broadcasting ethi Ukukhetha Umsebenzi Onekusasa Laphakade. (Ngena ngaphansi kwesithi I-VIDEO ETHANDWANYO > INTSHA.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 19 ¶17-31, ibhokisi ek. 170, ukubukeza ek. 171
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 123 Nomthandazo