Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

July 4-10

AMAHUBO 60-68

July 4-10
  • INgoma 104 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ngayinye yentshumayelo esikiselwe, bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Khuthaza abamemezeli ukuba bazakhele eyabo intshumayelo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 81

  • Ukugcina Ukuphila Kwethu Kulula Kusisiza Sidumise UNkulunkulu”: (15 imiz.) Qala ngokuxoxa ngesihloko. Yibe usudlala futhi nixoxe kafushane nge-video ekuyi-JW Broadcasting ethi Siphila Ukuphila Okulula. (Ngena ngaphansi kwesithi I-VIDEO ETHANDWAYO > UMNDENI.) Bakhuthaze bonke ukuba bacabange ngezindlela zokwenza ukuphila kwabo kube lula ukuze bakhonze uJehova ngokugcwele.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 19 ¶1-16

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 88 Nomthandazo