June 13-19
AMAHUBO 38-44
INgoma 4 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova Uyabasekela Abagulayo”: (10 imiz.)
IHu 41:1, 2—Uyajabula omcabangelayo ophansi (w15 12/15 24 ¶7; w91 10/1 14 ¶6)
IHu 41:3—UJehova uyabanakekela abaqotho abagulayo (w08 9/15 5 ¶12-13)
IHu 41:12—Ithemba ngekusasa lingabasiza abagulayo ukuba bakhuthazele (w15 12/15 27 ¶18-19; w08 12/15 6 ¶15)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IHu 39:1, 2—Kumelwe siyiqaphe kanjani inkulumo yethu? (w09 5/15 4 ¶5; w06 5/15 20 ¶12)
IHu 41:9—UJesu wasibhekisa kanjani isimo sikaDavide kuye uqobo? (w11 8/15 13 ¶5; w08 9/15 5 ¶11)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 42:6–43:5
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-g16.3
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-g16.3
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) fg isifundo 2 ¶4-5—Phetha ngokwethula i-video ethi Ingabe UNkulunkulu Unalo Igama?
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Bheka Njalo Umvuzo!: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Yiba Umngane KaJehova—Bheka Njalo Umvuzo! (INgoma 24). (Bheka ngaphansi kwesithi IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI > IZINGANE.) Yibe usuxoxa ngomsebenzi ohambisana nale video othi “Qhathanisa: Ukuphila Kwamanje Nokwesikhathi Esizayo,” usebenzisa le mibuzo: Iziphi izinguquko eziyokwenzeka ePharadesi? Yiziphi izibusiso ozilangazelelayo? Ukuzindla ngethemba lakho kungakusiza kanjani ukuba ukhuthazele?—2Ko 4:18.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 17 ¶14-22, ukubukeza ek. 152
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 36 Nomthandazo