June 20-26
AMAHUBO 45-51
INgoma 67 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova Ngeke Ayilahle Inhliziyo Ephukile”: (10 imiz.)
IHu 51:1-4—UDavide wazisola kakhulu ngokona kwakhe kuJehova (w93 3/15 10-11 ¶9-13)
IHu 51:7-9—UDavide wayedinga intethelelo kaJehova ukuze aphinde ajabule (w93 3/15 12-13 ¶18-20)
IHu 51:10-17—UDavide wayazi ukuthi uJehova wayeyomthethelela umuntu ophenduke ngempela (w15 6/15 14 ¶6; w93 3/15 14-17 ¶4-16)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IHu 45:4—Yiliphi iqiniso elikhulu kunawo wonke okumelwe livikelwe? (w14 2/15 5 ¶11)
IHu 48:12, 13—La mavesi asenza sibe nasiphi isibopho? (w15 7/15 6 ¶13)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 49:10–50:6
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) g16.3 10-11
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) g16.3 10-11
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) fg isifundo 3 ¶1—Phetha ngokwethula i-video ethi Ngubani Umlobi WeBhayibheli?
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“UMbuso—Iminyaka Eyikhulu Kuya Phambili”: (15 imiz.) Imibuzo nezimpendulo. Qala ngokudlala i-video ethi UMbuso—Iminyaka Eyikhulu Kuya Phambili kuze kufike engxenyeni ethi “Imfundo Ngosuku Olulodwa.” (Bheka ngaphansi kwesithi IZINCWADI > AMA-VIDEO.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 18 ¶1-13
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 109 Nomthandazo