June 27–July 3
AMAHUBO 52-59
INgoma 38 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Phonsa Umthwalo Wakho Phezu KukaJehova”: (10 imiz.)
IHu 55:2, 4, 5, 16-18—UDavide waba neziwombe zokukhathazeka okukhulu ekuphileni kwakhe (w06 6/1 11 ¶4; w96 4/1 27 ¶2)
IHu 55:12-14—Indodana kaDavide nomngane wakhe ayemethemba bamakhela uzungu (w96 4/1 30 ¶1)
IHu 55:22—UDavide wabonisa ukuthi wayeqiniseka ukuthi uJehova wayeyomsiza (w06 6/1 11 ¶5; w99 3/15 22-23)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IHu 56:8—Isho ukuthini inkulumo ethi “faka izinyembezi zami egabheni lakho lesikhumba”? (w09 6/1 29 ¶1; w08 10/1 26 ¶3)
IHu 59:1, 2—Lokho uDavide abhekana nakho kusifundisani ngomthandazo? (w08 3/15 14 ¶13)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 52:1–53:6
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Hambisa elinye lamapheshana. Bonisa umninikhaya ikhodi esekhasini lokugcina.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokwenza impindelo kumuntu owamukele ipheshana.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) fg isifundo 3 ¶2-3—Phetha ngokwethula i-video ethi Singaqiniseka Kanjani Ukuthi IBhayibheli Liyiqiniso?
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo zebandla: (7 imiz.)
“UNkulunkulu Ungumsizi Wami”: (8 imiz.) Ingxoxo. Nikeza abaningi ngangokunokwenzeka ithuba lokuphendula ukuze bonke bazuze ezimpendulweni zabafowabo nodadewabo. (Ro 1:12) Khuthaza abamemezeli ukuba basebenzise INcwadi Yokucwaninga ukuze bathole usizo eZwini likaNkulunkulu lapho kuphakama izinselele.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 18 ¶14-21, ukubukeza ek. 161
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 121 Nomthandazo