June 6-12
AMAHUBO 34-37
INgoma 95 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Thembela KuJehova Wenze Okuhle”: (10 imiz.)
IHu 37:1, 2—Hlale ugxile ekukhonzeni uJehova, hhayi kulokho okubonakala kuyimpumelelo yabenzi bokubi (w03 12/1 9-10 ¶3-6)
IHu 37:3-6—Thembela kuJehova, wenze okuhle futhi ubusiswe (w03 12/1 10-13 ¶7-15)
IHu 37:7-11—Linda ngesineke kuze kube yilapho uJehova esusa ababi (w03 12/1 13-14 ¶16-20)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IHu 34:18—UJehova ubaphatha kanjani ‘abaphukile enhliziyweni nabanomoya ochobozekile’? (w11 6/1 19)
IHu 34:20—Lesi siprofetho sagcwaliseka kanjani kuJesu? (w13 12/15 21 ¶19)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 35:19–36:12
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ngayinye yentshumayelo esikiselwe, bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Khuthaza abamemezeli ukuba bazakhele eyabo intshumayelo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukufundisa Ngama-video”: (15 imiz.) Ingxoxo. Sebenzisa i-video ethi Ngubani Umlobi WeBhayibheli? ukuze ubonise ukuthi amaphuzu asesihlokwaneni esithi “Indlela Yokukwenza” angasetshenziswa kanjani. (Bheka ngaphansi kwesithi IZINCWADI > IZINCWADI NEZINCWAJANA. Yibe usubheka incwajana ethi Izindaba Ezinhle. Le video itholakala ngaphansi kwesifundo esithi “Ingabe Izindaba Ezinhle Zivela KuNkulunkulu Ngempela?”)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 17 ¶1-13
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 61 Nomthandazo