Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Izintshumayelo Ezisikiselwe

PHAPHAMA!

Okuzohanjiswa: Le Phaphama! ikhuluma ngesihloko esikwenza ulangazelele ukwazi. [Nikeza umninikhaya ikhophi.]

Umbuzo: Bewazi yini ukuthi oFakazi BakaJehova bahumushela izincwadi ezilimini ezingaphezu kuka-750?

UmBhalo: IsAm 14:6

PHAPHAMA!

Umbuzo: Ucabanga ukuthi lesi seluleko singasiza yini lapho abashadikazi befuna ukuxoxa ngenkinga?

UmBhalo: Jak 1:19

Okuzohanjiswa: [Mbonise isihloko esiqala ekhasini 10.] Lesi sihloko sikhuluma ngezinye izeluleko eziseBhayibhelini ezifana nalesi.

AMAPHESHANA

Umbuzo: Ngicela ubheke lo mbuzo. [Funda umbuzo onezimpendulo ezintathu ekhasini lokuqala lepheshana.] Wena ungathini?

UmBhalo: [Usekhasini 2 lepheshana]

Okuzohanjiswa: Leli pheshana lichaza lokho lo mBhalo ongase ukusho kuwe.

ZAKHELE EYAKHO INTSHUMAYELO

Landela indlela okuhlelwe ngayo izibonelo ezinikeziwe ukuze uzakhele eyakho intshumayelo yasensimini.