Abazali baseNingizimu Afrika bafunda nezingane zabo

INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Juni 2018

Ongase Uxoxe Ngakho

Ongase uxoxe ngakho mayelana neziprofetho zeBhayibheli nezinsuku zokugcina.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

UJesu Wagcwalisa Iziprofetho

Bhala ivesi elibonisa indlela isiprofetho ngasinye esagcwaliseka ngayo ekuphileni kukaJesu.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Landela Izinyathelo ZikaKristu Eduze

UJesu wasibekela isibonelo okufanele sisilingise, ikakhulukazi lapho sibhekene novivinyo noma ushushiso.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Lingisa Ukuthobeka KukaMariya

UJehova uNkulunkulu wanikeza uMariya ilungelo elikhulu kunawo wonke ngenxa yokuthi wayenenhliziyo ethobekile.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Basha​​—⁠Ingabe Niyabuqinisa Ubungane Eninabo NoJehova?

UJesu wabeka isibonelo esihle sokukhonza uJehova nokuhlonipha abazali bakhe.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Bazali, Sizani Izingane Zenu Zibe Sethubeni Elingcono Lokuphumelele

Ngokusebenzisa wonke amathuba ukuze ufundise izingane zakho, ungazisiza zibe izinceku zikaNkulunkulu ezithembekile.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Melana Nezilingo NjengoJesu

UJesu wasebenzisa siphi isikhali esinamandla ukuze amelane nezilingo ezintathu uSathane ajwayele ukuzisebenzisa?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Gwema Izingozi Ezinkundleni Zokuxhumana

Njengamanye amathuluzi amaningi, izinkundla zokuxhumana zingaba usizo noma zibe ingozi. Ungasebenzisa izimiso eziseZwini likaNkulunkulu ukuze sikwazi ukubona izingozi bese siyazigwema.