Juni 11-17
LUKA 1
INgoma 137 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Lingisa Ukuthobeka KukaMariya”: (10 imiz.)
[Dlala ividiyo ethi Isethulo SikaLuka.]
Luka 1:38—Wasamukela ngokuthobeka isabelo sakhe (ia 149 ¶12)
Luka 1:46-55—Wadumisa uJehova ngokucaphuna eZwini lakhe (ia 150-151 ¶15-16)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Luka 1:69—Lusho ukuthini “uphondo lokusindiswa”? (iphuzu lokucwaninga elithi “uphondo lokusindiswa,” elikuLuka 1:69, kuyi-nwtsty-E)
Luka 1:76—UJohane uMbhapathizi ‘wayeyokwandulela uJehova’ ngamuphi umqondo? (iphuzu lokucwaninga elithi “uyokwandulela uJehova,” elikuLuka 1:76, kuyi-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Luka 1:46-66
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (8 imiz.) Ningase nikhethe ukuxoxa ngezigaba ezikhuluma ngesihloko sonyaka sika-2018. (w18.01 8-9 ¶4-7)
Okufezwa Yinhlangano: (7 imiz.) Dlala ividiyo kaJuni ethi Okufezwa Inhlangano.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 9 ¶1-12 nebhokisi * ek. 101.
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 58 Nomthandazo
^ isig. 24 Ningase nikhethe ukungalifundi ibhokisi.