Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Juni 18-24

LUKA 2-3

Juni 18-24
  • INgoma 133 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Basha—Ingabe Niyabuqinisa Ubungane Eninabo NoJehova?”: (10 imiz.)

    • Luka 2:41, 42—Unyaka nonyaka uJesu wayehamba nabazali bakhe ukuyogubha umkhosi wePhasika (iphuzu lokucwaninga elithi “abazali bakhe babejwayele,” elikuLuka 2:41, kuyi-nwtsty-E)

    • Luka 2:46, 47—UJesu wabalalela abaholi benkolo futhi wababuza imibuzo (amaphuzu okucwaninga: “ebabuza,” “babelokhu bemangele,” akuLuka 2:46, 47, kuyi-nwtsty-E)

    • Luka 2:51, 52—UJesu “waqhubeka ezithoba” kubazali bakhe futhi uNkulunkulu nabantu babekujabulela lokho ayekwenza (iphuzu lokucwaninga elithi “waqhubeka ezithoba,” elikuLuka 2:51, kuyi-nwtsty-E)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Luka 2:14—Lisho ukuthini leli vesi? (amaphuzu okucwaninga: “naphezu komhlaba ukuthula kubantu abathakazelelwayo,” “kubantu abathakazelelwayo,” akuLuka 2:14, kuyi-nwtsty-E)

    • Luka 3:23—Wayengubani ubaba kaJosefa? (wp16.3 9 ¶1-3)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Luka 2:1-20

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ngemva kwalokho yibe usuphendula umuntu ophikisa ngendlela evame endaweni yangakini.

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Inkulumo: (6 imiz. noma ngaphansi) w14 2/15 26-27—Isihloko: Kungani AmaJuda ‘Ayekulindele’ Ukufika KukaMesiya Ekhulwini Lokuqala?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU