Juni 24-30
FILIPI 1-4
INgoma 33 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ningakhathazeki Ngalutho”: (10 imiz.)
[Dlala ividiyo ethi Isethulo SeyabaseFilipi.]
Fil 4:6—Uma ukhathazekile, thandaza (w17.08 10 ¶10)
Fil 4:7—Vumela “ukuthula kukaNkulunkulu” kukulonde (w17.08 10 ¶7; 12 ¶16)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Fil 4:10-23 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 4)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) fg isifundo 6 ¶3-4 (th isifundo 8)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ingabe Imishini Yakho Yezobuchwepheshe Iyakubusa?: (5 imiz.) Dlala ividiyo. Yibe usuphendula le mibuzo elandelayo: Isiza kanjani imishini yezobuchwepheshe? Yini engaba ingozi uma ubuswa imishini yezobuchwepheshe? Ungabona kanjani ukuthi usubuswa yiyo? Iziphi izinto ongazenza ukuze ‘uqiniseke ngezinto ezibaluleke kakhulu’? (Fil 1:10)
“Kukhethe Ngokuhlakanipha Ozozijabulisa Ngakho”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ikuphi Ukuzijabulisa Okufanele Ngikukhethe?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 9 ¶17-21 nebhokisi ek. 96
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 56 Nomthandazo