Juni 3-9
GALATHIYA 4-6
INgoma 16 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“‘Isenzakalo Esingumfanekiso’ Esinencazelo Esithintayo”: (10 imiz.)
Gal 4:24, 25—UHagari umelela u-Israyeli ongokwemvelo owayengaphansi kwesivumelwano soMthetho (it-1-E 1018 ¶2)
Gal 4:26, 27—USara umelela “iJerusalema eliphezulu,” okuyingxenye yasezulwini yenhlangano kaJehova (w14 10/15 10 ¶11)
Gal 4:28-31—Izibusiso eziyotholwa abantu abalalelayo ziyotholakala ‘ngabantwana’ beJerusalema eliphezulu
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Gal 4:6—Lisho ukuthini igama lesiHebheru noma lesi-Aramu elithi abba? (w09 4/1 13)
Gal 6:17—Umphostoli uPawulu kungenzeka wazithwala ngaziphi izindlela “izimpawu zokushiswa zenceku kaJesu”? (w10 11/1 15)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Gal 4:1-20 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Iphuzu ElisemBhalweni Licacisiwe, bese nixoxa ngesifundo 6 sencwajana ethi Zimisele.
Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) w12 3/15 30-31—Isihloko: Kungani UmKristu Kufanele Azimisele Ukugwema Ukubuka Izinto Ezivusa Inkanuko? (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (8 imiz.)
Okufezwa Inhlangano: (7 imiz.) Dlala ividiyo kaJuni ethi Okufezwa Inhlangano.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 8 ¶18-22 nebhokisi ek. 86
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 84 Nomthandazo