Juni 17-23
EFESU 4-6
INgoma 71 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Gqokani Zonke Izembatho Zempi Ezivela KuNkulunkulu”: (10 imiz.)
Efe 6:11-13—Sidinga ukuzivikela kuSathane nakumademoni akhe (w18.05 27 ¶1)
Efe 6:14, 15—Zivikele ngeqiniso, ngokulunga nangezindaba ezinhle zokuthula (w18.05 28-29 ¶4, 7, 10)
Efe 6:16, 17—Zivikele ngokholo, ngethemba lensindiso nangeZwi likaNkulunkulu (w18.05 29-31 ¶13, 16, 20)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Efe 4:17-32 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 6)
Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe sewethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli?, (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo (th isifundo 8)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Yini Engajabulisa UJehova?”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Qhubekani Niqonda Ukuthi Iyini Intando KaJehova (Lev 19:18).
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 9 ¶10-16
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 69 Nomthandazo