INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Juni 2020
Ongase Uxoxe Ngakho
Izingxoxo ezimayelana nezinsuku zokugcina zalesi sikhathi esiphila kuso.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
UJosefa Uthethelela Abafowabo
Yini ongayifunda mayelana nokuthethelela endabeni kaJosefa?
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Asibulawa Indlala
Nakuba kunendlala engokomoya kuleli zwe, ungakuthola kuphi ukudla okuyinala okungokomoya?
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Asebekhulile Banokuningi Abangasixoxela Khona
Asebekhulile bayizibonelo esizibonayo zokuba nokholo. Bakubonisa kanjani lokhu?
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yini Ongayifunda KumaKristu Asemnkantshubomvu?
Iyiphi indlela ongazuza ngayo ezindabeni ezixoxwa oFakazi BakaJehova asebemnkantshubomvu?
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ngiyoba Yilokho Engiyoba Yikho”
Ukwazi incazelo yegama likaNkulunkulu kukuthinta kanjani?
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ngizoba Nomlomo Wakho”
Isibonelo sikaMose singakusiza kanjani unqobe ukwesaba ukushumayela?
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Indlela Yokusebenzisa Ingxenye Ethi Ongase Uxoxe Ngakho
Kufanele uyisebenzise kanjani ingxenye ethi ongase uxoxe ngakho esencwajaneni yomhlangano lapho wenza izabelo zabafundi nalapho usenkonzweni?
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ungashumayela Futhi Ufundise!
Ungawathola kuphi amandla nesibindi sokushumayela nokufundisa?