Juni 22-28
EKSODUSI 1-3
INgoma 7 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ngiyoba Yilokho Engiyoba Yikho”: (10 imiz.)
[Dlala ividiyo ethi Isethulo Sencwadi Ka-Eksodusi.]
Eks 3:13—UMose wayefuna ukwazi ukuthi igama likaJehova lisho ukuthini nokuthi wayengubani ngempela (w13 3/15 25 ¶4)
Eks 3:14—UJehova uba yinoma yini edingekayo ukuze afeze injongo yakhe (kr 43, ibhokisi)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Eks 2:10—Kungani sicabanga ukuthi indodakazi kaFaro kungenzeka yathatha uMose waba yindodana yayo? (g04 4/8 6 ¶5)
Eks 3:1—Wayengumpristi onjani uJetiro? (w04 3/15 24 ¶4)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Eks 2:11-25 (th isifundo 11)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evame endaweni yangakini. (th isifundo 16)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usunika umninikhaya umagazini wamuva, onesihloko akhulume ngaso. (th isifundo 12)
Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) w02 6/15 11 ¶1-4—Isihloko: Into Enkulu Kunengcebo YaseGibhithe. (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yiba Umngane KaJehova—Igama LikaJehova: (6 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Uma kungenzeka, yibe usukhetha izingane ezithile uzicele zize esiteji, bese uzibuza le mibuzo: Lisho ukuthini igama likaJehova? Yiziphi izinto uJehova azidala? UJehova angakusiza kanjani?
Igama LikaJehova Liyaphakanyiswa EScandinavia: (9 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Yibe usubuza izilaleli le mibuzo elandelayo: Kungani babembalwa abantu ababazi igama likaNkulunkulu ngaphambi konyaka ka-1500? Kwenzeka kanjani ukuba igama likaJehova liqale ukusetshenziswa eScandinavia? Kungani uyithanda INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 13 ¶1-12
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 89 Nomthandazo