Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | EKSODUSI 4-5

“Ngizoba Nomlomo Wakho”

“Ngizoba Nomlomo Wakho”

4:10-15

Esizwa uJehova, uMose wakwazi ukunqoba ukwesaba. Yini esingayifunda kuJehova kulokho akutshela uMose?

  • Kufanele sigweme ukugxila kulokho esingeke sikwazi ukukwenza

  • Singaqiniseka ukuthi uJehova uyosinika noma yini esiyidingayo ukuze sifeze izabelo zethu

  • Ukuba nokholo kuJehova kuyikhambi lokwesaba abantu

UJehova uye wangisiza kanjani ukuba ngibhekane nezinkinga ensimini?