Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Juni 8-14

GENESISE 46-47

Juni 8-14
  • INgoma 86 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Asibulawa Indlala”: (10 imiz.)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Gen 46:4​—Wayesho ukuthini uJehova lapho ethi uJosefa ‘wayeyobeka isandla sakhe’ emehlweni kaJakobe? (it-1-E 220 ¶1)

    • Gen 46:26, 27​—Bangaki abantu bomndeni kaJakobe abangena eGibhithe? (iphuzu lokucwaninga le-nwtsty-E encwadini yezE 7:14)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 47:1-17 (th isifundo 10)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Yibe usubuza izilaleli le mibuzo elandelayo: Yini ebonisa ukuthi ummemezeli uyisebenzise kahle imibuzo? Uyenze kanjani yacaca indlela umBhalo osebenza ngayo?

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnike okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 3)

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usunika umninikhaya incwadi ethi Lingasifundisani bese uqala isifundo seBhayibheli esahlukweni 9. (th isifundo 14)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU