Juni 1-7
GENESISE 44-45
INgoma 130 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJosefa Uthethelela Abafowabo”: (10 imiz.)
Gen 44:1, 2—UJosefa wavivinya abafowabo ukuze abone ukuthi bashintshile yini (w15 5/1 14-15)
Gen 44:33, 34—UJuda wancenga uJosefa ukuba akhulule uBhenjamini
Gen 45:4, 5—UJosefa walingisa uJehova ngokuthethelela abafowabo
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Gen 44:13—Kwakusho ukuthini ukudatshulwa kwezingubo? (it-2-E 813)
Gen 45:5-8—Yini engasisiza sikhuthazelele ukuphathwa ngendlela engenabulungisa? (w04 8/15 15 ¶15)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 45:1-15 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Iyafundisa, bese nixoxa ngesifundo 18 sencwajana ethi Zimisele.
Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) w06 2/1 31—Isihloko: Ingabe uJosefa wayeyisebenzisela ukubhula indebe yakhe yesiliva ekhethekile, njengoba kubonakala sengathi kunjalo kuGenesise 44:5, 15? (th isifundo 18)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (10 imiz.)
Okufezwa Inhlangano: (5 imiz.) Dlala ividiyo kaJuni ethi Okufezwa Inhlangano.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 11 ¶12-20 Ukubukeza, ek. 98
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 31 Nomthandazo