Kumenyelwa abantu eSidlweni SeNkosi Sakusihlwa e-Albania

INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Mashi 2017

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Izintshumayelo ezisikiselwe zeNqabayokulinda nezokufundisa iqiniso ngoMbuso kaNkulunkulu. Zisebenzisele ukuzenzela eyakho intshumayelo.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

“Nginawe Ukuba Ngikukhulule”

UJeremiya wazizwa engawufanelekeli umsebenzi lapho uJehova uNkulunkulu emmisa njengomprofethi. UJehova wamqinisekisa kanjani?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Bayeka Ukwenza Intando KaNkulunkulu

Ama-Israyeli ayecabanga ukuthi imihlatshelo yokugcina icala yayizokwenza kuthetheleleke ukuziphatha okungafanele. UJeremiya wazidalula ngesibindi izono nobuzenzisi bawo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Indlela Yokusebenzisa Incwajana Ethi Obani Abenza Intando KaJehova Namuhla?

Sebenzisa le ncwajana ukuze usize abafundelwa iBhayibheli babazi kangcono oFakazi BakaJehova, imisebenzi nenhlangano yabo.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Abantu Bangaphumelela Kuphela Lapho Beqondiswa NguJehova

Kwa-Israyeli wasendulo, labo ababelandela isiqondiso sikaJehova uNkulunkulu babeba nokuthula nenjabulo futhi bachume.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Indlela Yokusebenzisa Incwajana Ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade

Sebenzisa imifanekiso nemiBhalo ukuze ufundise amaqiniso ayisisekelo kulabo abanezinselele zokufunda okubhaliwe.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

U-Israyeli Wamkhohlwa UJehova

Yini uJehova ayeyifanekisa ngokuthuma uJeremiya ibanga elingamakhilomitha angaba ngu-500 eMfuleni i-Ewufrathe ukuba ayofihla ibhande lelineni?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Siza Umndeni Wakho Ukuba Ukhumbule UJehova

Isimiso esinenjongo sokuKhulekela Komkhaya singasiza umndeni wakho ukhumbule uJehova. Ungabhekana kanjani nezinselele ezivamile zokuKhulekela Komkhaya?