Bayeka Ukwenza Intando KaNkulunkulu
-
Ngesibindi, uJeremiya wadalula izono nobuzenzisi bama-Israyeli
-
Ama-Israyeli ayebheka ithempeli njengekhubalo elalizowavikela
-
UJehova wakwenza kwaziwa ukuthi imihlatshelo yokugcina icala yayingakwenzi kuthetheleleke ukuziphatha okungafanele
Cabanga: Ngingaqinisekisa kanjani ukuthi uJehova ngimkhonza ngokuvumelana nentando yakhe, kungabi yinto engiyeza ngoba nje iyisibopho?