Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

March 27–April 2

JEREMIYA 12-16

March 27–April 2
  • INgoma 135 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • U-Israyeli Wamkhohlwa UJehova”: (10 imiz.)

    • Jer 13:1-5—UJeremiya wasilalela isiqondiso sikaNkulunkulu sokuba afihle ibhande lelineni, nakuba kwakudinga umzamo omkhulu (jr 51 ¶17)

    • Jer 13:6, 7—Lapho uJeremiya ethatha uhambo olude ukuze ayolanda lelo bhande, walifica selibolile (jr 52 ¶18)

    • Jer 13:8-11—UJehova wayebonisa ukuthi ubuhlobo obuseduze ayenabo nama-Israyeli babuyokonakala ngenxa yenkani yawo (jr 52 ¶19-20;it-1-E 1121 ¶2)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Jer 12:1, 2, 14—Wawuthini umbuzo kaJeremiya futhi uJehova wamphendula wathini? (jr 118 ¶11)

    • Jer 15:17—Wawuyini umbono kaJeremiya ngalabo akhetha ukuzihlanganisa nabo futhi singamlingisa kanjani? (w04 5/1 12 ¶16)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Jer 13:15-27

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Isimemo seSikhumbuzo ne-video—Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Isimemo seSikhumbuzo ne-video—Beka isisekelo sempindelo elandelayo.

  • Inkulumo: (6 imiz.) w16.03 29-31—Isihloko: Kunini Lapho Abantu BakaNkulunkulu Babethunjwe Khona YiBhabhiloni Elikhulu?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU