“Nginawe Ukuba Ngikukhulule”
Kungenzeka ukuthi uJeremiya wayecela eminyakeni engu-25 ubudala lapho uJehova emmisa njengomprofethi. UJeremiya wayezizwa engasifanelekele leso sabelo, kodwa uJehova wamqinisekisa ukuthi wayezoqhubeka emsekela.
-
647
UJeremiya umiswa njengomprofethi
-
607
IJerusalema liyabhujiswa
-
580
Ukuloba kuyaphothulwa
Yonke iminyaka eyango-B.C.E.