Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Mashi 26–Ephreli 1

MATHEWU 25

Mashi 26–Ephreli 1
  • INgoma 128 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Hlalani Nilindile”: (10 imiz.)

    • Math 25:1-6—Izintombi ezinhlanu ezihlakaniphile nezintombi ezinhlanu eziyiziwula zaphuma zayohlangabeza umkhwenyana

    • Math 25:7-10—Izintombi eziyiziwula zazingekho lapho kufika umkhwenyana

    • Math 25:11, 12—Izintombi ezihlakaniphile kuphela ezavunyelwa ukungena edilini lomshado

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Math 25:31-33—Chaza umfanekiso wezimvu nezimbuzi (w15 3/15 26 ¶7)

    • Math 25:40—Singabonisa kanjani ukuthi singabangane babafowabo bakaKristu? (w09 10/15 16 ¶16-18)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Math 25:1-23

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngengxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usummemela eSikhumbuzweni.

  • Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa, bese umnika incwadi esifundisa ngayo.

  • Inkulumo: (6 imiz. noma ngaphansi) w15 3/15 26 ¶7-10—Isihloko: Umfanekiso Wezimvu Nezimbuzi Ukugcizelela Kanjani Ukubaluleka Komsebenzi Wokushumayela?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU