Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Mashi 12-​18

MATHEWU 22-23

Mashi 12-​18
  • INgoma 91 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Hlonipha Imiyalo Emibili Emikhulu Kunayo Yonke”: (10 imiz.)

    • Math 22:36-38—La mavesi athi yini ehilelekile ekulaleleni umyalo omkhulu kunayo yonke nongowokuqala eMthethweni? (amaphuzu okucwaninga: “inhliziyo,” “umphefumulo,” “ingqondo,” akuMath 22:37, kuyi-nwtsty-E)

    • Math 22:39—Imuphi umyalo wesibili omkhulu kunayo yonke eMthethweni? (amaphuzu okucwaninga: “Owesibili,” “umakhelwane,” akuMath 22:39, kuyi-nwtsty-E)

    • Math 22:40—Yonke imiBhalo YesiHebheru isekelwe othandweni (amaphuzu okucwaninga: “uMthetho . . . abaProfethi,” “kusekelwe,” akuMath 22:40, kuyi-nwtsty-E)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Math 22:21—Iziphi “izinto zikaKhesari,” futhi iziphi “izinto zikaNkulunkulu”? (amaphuzu okucwaninga: “kuKhesari izinto zikaKhesari,” “izinto zikaNkulunkulu kuNkulunkulu,” akuMath 22:21, kuyi-nwtsty-E)

    • Math 23:24—Asho ukuthini la mazwi kaJesu? (iphuzu lokucwaninga elithi “abahluza insensane kodwa baginge ikamela,” elikuMath 23:24, kuyi-nwtsty-E)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Math 22:1-22

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bhs 199 ¶8-9—Ummemezeli ukhuthaza umfundi ukuba ameme abantu abaziyo ukuba beze eSikhumbuzweni.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU