Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | MATHEWU 22-23

Hlonipha Imiyalo Emibili Emikhulu Kunayo Yonke

Hlonipha Imiyalo Emibili Emikhulu Kunayo Yonke

22:36-39

Usebenzisa uMathewu 22:36-39, landelanisa izizathu ezingezansi zokuya emhlanganweni yobuKristu kuye ngokubaluleka kwazo:

  • Ukuze sikhuthazwe

  • Ukuze sikhuthaze abafowethu

  • Ukuze sikhonze uJehova futhi simbonise ukuthi siyamthanda

Kungani kufanele sizame ukuya emihlanganweni yethu ngisho nalapho sikhathele, sinomuzwa wokuthi kuncane esizokuzuza?

Iziphi ezinye izindlela esingabonisa ngazo ukuthi siyayihlonipha imiyalo emibili emikhulu kunayo yonke?