Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Mashi 5-​11

MATHEWU 20-21

Mashi 5-​11
  • INgoma 153 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Noma Ubani Ofuna Ukuba Mkhulu Phakathi Kwenu Kumelwe Abe Yisikhonzi Senu”: (10 imiz.)

    • Math 20:3—Ababhali nabaFarisi abaqhoshayo babekuthanda ukuqashelwa nokubingelelwa ‘ezigcawini’ noma ezimakethe (Okubukwayo: “Esigcawini,” okukuMath 20:3, kuyi-nwtsty-E)

    • Math 20:20, 21—Abaphostoli ababili bacela ukubekwa ezikhundleni ezibenza bahlonipheke futhi babe negunya (amaphuzu okucwaninga: “unina wamadodana kaZebedewu,” “enye ngakwesokunene sakho enye ngakwesobunxele sakho,” akuMath 20:20, 21, kuyi-nwtsty-E)

    • Math 20:25-28—UJesu wachaza ukuthi abalandeli bakhe kumelwe babe izikhonzi ezithobekile (amaphuzu okucwaninga: “yisikhonzi,” “ingezelanga ukukhonzwa, kodwa ukukhonza,” akuMath 20:26, 28, kuyi-nwtsty-E)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Math 21:9—Zazisho ukuthini izixuku lapho zimemeza zithi: “Siyanxusa, sindisa iNdodana kaDavide!”? (amaphuzu okucwaninga: “Siyanxusa, sindisa,” “iNdodana kaDavide,” akuMath 21:9, kuyi-nwtsty-E)

    • Math 21:18, 19—Kungani uJesu enza ukuba umkhiwane ubune? (jy-E 244 ¶4-6)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Math 20:1-19

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 36-37 ¶3-4

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 122

  • Izidingo Zebandla: (5 imiz.)

  • Okufezwa Inhlangano: (10 imiz.) Dlala ividiyo kaMashi ethi Okufezwa Inhlangano.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv Isithasiselo emak. 209-212

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 145 Nomthandazo