Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ongase Uxoxe Ngakho

Ongase Uxoxe Ngakho

●○○ LAPHO NIXOXA OKOKUQALA

Umkhankaso Wesimemo SeSikhumbuzo (Mashi 3-31): Sicela ukukumema kulesi senzakalo esibaluleke kakhulu. Nasi esakho isimemo. NgoMgqibelo ngoMashi 31, izigidi emhlabeni wonke zizobe zihlangene ukuze zikhumbule ukufa kukaJesu Kristu. Lesi simemo sinesikhathi nendawo esizobe sihlangene kuyo. Sicela ukukumemela nasenkulumweni enesihloko esithi “Ungubani UJesu Kristu?”esizoba nayo ngesonto elandulela eleSikhumbuzo.

Ngokuzayo Lapho Umninikhaya Ebonakala Ethanda Ukulalela: Kungani kwadingeka ukuba uJesu afe?

○●○ LAPHO UBUYELA OKOKUQALA

Umbuzo: Kungani kwadingeka ukuba uJesu afe?

UmBhalo: Math 20:28

Ngokuzayo: Sisisiza ngani isihlengo?

○○● LAPHO UBUYELA OKWESIBILI

Umbuzo: Sisisiza ngani isihlengo?

UmBhalo: Ro 6:23

Ngokuzayo: Singabonisa kanjani ukuthi siyambonga uNkulunkulu ngesihlengo?