Kusetshenziswa ividiyo ukuze kufundiswe umuntu iBhayibheli eNingizimu Afrika

INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Mashi 2019

Ongase Uxoxe Ngakho

Izingxoxo ezisekelwe ezimayelana nokuthi kungani uNkulunkulu adala abantu.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Indlela Esingabonisa Ngayo Uthando LobuKristu

Lapho othile esiphathe kabi uthando lobuKristu lusenza ukuba senzeni?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Thembela KuJehova Ukuze Ukhuthazele Futhi Ududuzeke

UJehova uNkulunkulu usebenzisa iZwi lakhe ukuze asiduduze futhi asisize sikhuthazele.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Ingabe Ungumuntu Wenyama Noma Ungumuntu Ongokomoya?

Umuntu ngamunye kufanele alwele ukuqinisa ubuhlobo bakhe noNkulunkulu, aqhubeke ekhula njengoba eba umuntu ongokomoya.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni​—Zibhale Kahle Izincwadi

Iziphi ezinye zezinto okufanele sizikhumbule lapho sibhalela umunu esingamazi incwadi?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Incwadi Eyisibonelo

Yenza kubonakale ukuthi uyibhaleleni incwadi yakho futhi kumelwe ivumelane nezimo namasiko endawo.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

“Imvubelo Encane Iyibilisa Yonke Inhlama”

Ukususa ekuhlanganyeleni kubonisa uthando?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Sebenzisa Amavidiyo Ukuze Ufundise Ofunda Nabo IBhayibheli

Ingabe uwasebenzisa ngokugcwele amavidiyo lapho ufundisa ofunda nabo iBhayibheli?