Mashi 11-17
ROMA 15-16
INgoma 33 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Thembela KuJehova Ukuze Akududuze, Akusize Ukhuthazele”: (10 imiz.)
Ro 15:4—Funda iZwi likaNkulunkulu ukuze likududuze (w17.07 14 ¶11)
Ro 15:5—Cela uJehova ukuba akududuze, akusize ukhuthazele (w16.04 10 ¶5)
Ro 15:13—UJehova usinikeza ithemba (w14 6/15 14 ¶11)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Ro 15:27—AmaKristu Ezizwe ‘ayewakweleta’ ngamuphi umqondo amaKristu aseJerusalema? (w89 12/1 24 ¶3)
Ro 16:25—Iyini ‘imfihlo engcwele ebigciniwe kungakhulunywa lutho ngayo izikhathi zaphakade’? (it-1-E 858 ¶5)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Ro 15:1-16 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 3)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 10)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Indlela UJehova ‘Anika Ngayo Ukukhuthazela Nenduduzo’: (15 imiz.) Dlala ividiyo (kumavidiyo, ngaphansi kwesithi IBHAYIBHELI). Yibani senixoxa ngale mibuzo elandelayo:
Iziphi izifundo ozitholile mayelana nokuthola induduzo?
Iziphi izifundo ozitholile mayelana nokududuza abanye?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 5 ¶1-8
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 86 Nomthandazo