Mashi 25-31
1 KORINTE 4-6
INgoma 123 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Imvubelo Encane Iyibilisa Yonke Inhlama”: (10 imiz.)
1Ko 5:1, 2—Ibandla laseKorinte lalivumela umenzi wobubi ukuba aqhubeke ehlanganyela
1Ko 5:5-8, 13—UPawulu watshela ibandla ukuba likhiphe “imvubelo” ephakathi kwalo, linikele umenzi wobubi kuSathane (it-2-E 230, 869-870)
1Ko 5:9-11—Akufanele kube nomenzi wobubi ongaphenduki oqhubeka ehlanganyela nebandla (lv 34-35 ¶19-21)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
1Ko 4:9—Kungamuphi umqondo izinceku zikaNkulunkulu ezingabantu ‘ziwumibukwane enkundleni yemidlalo’ ezingelosini? (w09 5/15 24 ¶16)
1Ko 6:3—Kubonakala sengathi uPawulu wayesho ukuthini uma ethi: “Siyokwahlulela izingelosi”? (it-2-E 211)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) 1Ko 6:1-14 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 11)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) lv 34-35 ¶19-21 (th isifundo 3)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Sebenzisa Amavidiyo Ukuze Ufundise Ofunda Nabo IBhayibheli”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ebonisa ummemezeli esebenzisa ividiyo etholakala esifundweni 4 sencwajana ethi Izindaba Ezinhle ukuze afundise afunda naye iBhayibheli bese nixoxa ngayo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 5 ¶16-20 nebhokisi ek. 55
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 1 Nomthandazo