Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Mashi 18-24

1 KORINTE 1-3

Mashi 18-24
  • INgoma 127 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 3)

  • Lapho Ubuyela Okokuqala: (4 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho, bese ubonisa oxoxa naye incwadi ethi Lingasifundisani. (th isifundo 11)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 18

  • Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Zibhale Kahle Izincwadi”: (8 imiz.) Ingxoxo.

  • Umkhankaso WeSikhumbuzo Uzoqala NgoMgqibelo NgoMashi 23: (7 imiz.) Ingxoxo eqhutshwa umbonisi wenkonzo. Nikeza wonke umuntu okhona isimemo bese uchaza imininingwane ekuso. Dlala ividiyo yendlela yokuhambisa isimemo bese nixoxa ngayo. Chaza ngamalungiselelo ebandla enziwe ukuze kuhlanganiswe insimu.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 5 ¶9-15

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 135 Nomthandazo