Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | 1 KORINTE 1-3

Ingabe Ungumuntu Wenyama Noma Ungumuntu Ongokomoya?

Ingabe Ungumuntu Wenyama Noma Ungumuntu Ongokomoya?

2:14-16

Umuntu ngamunye kufanele alwele ukuqinisa ubuhlobo bakhe noNkulunkulu, aqhubeke ekhula njengoba eba umuntu ongokomoya. (Efe 4:23, 24) Ukuze ukhule, kumelwe uzondle ngokomoya, uzibekele imigomo engokomoya, uthuthukise nezithelo zomoya.

Bunjani ubuhlobo bakho noNkulunkulu manje, uma ubuqhathanisa nobangonyaka odlule, nobangeminyaka eyishumi edlule noma nobangesikhathi ubhapathizwa?